Sözlər
Kart düzəltmək üçün ən çox altı misra seç.
Intro
Oh, oooh, oh (Dr. Vandal)
Ungithoba amanxeba, oh
Pre-Chorus
Ngoba uthando aluboni
Nabangidlalile angibasoli
Asiza ay’veza amaxoki
Kimi sekufike ingelosi
Yaz’ angiwakhumbul’ ama-ex ami wedali
Since kwafika wena empilweni yami
Ngikhumbula ngikuthola
Beqed’ ukungidlala
Ngakunika inhliziyo yami wayithoba dali
Chorus
Ungithoba amanxeba (amanxeba)
Amanxeba (amanxeba)
Ungithoba amanxeba udali (amanxeba, dali)
Ungithoba amanxeba (amanxeba)
Amanxeba (amanxeba)
Ungithoba amanxeba udali (amanxeba, dali)
Post-Chorus
Yaz’ angiwakhumbul’ ama-ex ami wedali
Since kwafika wena empilweni yami
Yaz’ angiwakhumbul’ ama-ex ami wedali
Since kwafika wena empilweni yami
Verse 1
Bathi la kuhlala khona
Uthando kunemfudumalo
La kuhlala khona
Amanga kuhlala kunenxabano
Yikho wathi uma ungidlala mina
Ngay’khethela ukuvaya
Ngaqal’ ukucinga omunye
Ngidlala i-finder-finder
Ngaze ngamuthola
Owatotosa eyami inhliziyo
Ngakhonga kwakikizwa
Kushaywa amaviyo
Mina lo-owami ng’yamuthanda
Mina lo-owami ng’yamuthatha
Ngifuna uphithize
Emagcekeni nomama
Ethi uma epheka wena
Ube ushanela ibala
Pre-Chorus
Ngoba uthando aluboni
Nabangidlalile angibasoli
Asiza ay’veza amaxoki
Kimi sekufike ingelosi
Yaz’ angiwakhumbul’ ama-ex ami wedali
Since kwafika wena empilweni yami
Ngikhumbula ngikuthola
Beqed’ ukungidlala
Ngakunika inhliziyo yami wayithoba dali
Chorus
Ungithoba amanxeba (amanxeba)
Amanxeba (amanxeba)
Ungithoba amanxeba udali (amanxeba, dali)
Ungithoba amanxeba (amanxeba)
Amanxeba (amanxeba)
Ungithoba amanxeba udali (amanxeba, dali)
Post-Chorus
Yaz’ angiwakhumbul’ ama-ex ami wedali
Since kwafika wena empilweni yami
Yaz’ angiwakhumbul’ ama-ex ami wedali
Since kwafika wena empilweni yami
Outro
Ungithoba amanxeba (amanxeba)
Amanxeba (amanxeba)
Ungithoba amanxeba udali (amanxeba, dali)
Ungithoba amanxeba (amanxeba)
Amanxeba (amanxeba)
Ungithoba amanxeba udali (amanxeba, dali)
Paylaşmaq üçün sətirləri seç. Ən çox 6 sətir seçə bilərsən. Ox düymələri ilə sətirlər arasında keç, Boşluq ilə seç, Shift və ox düymələri ilə aralıq seç, Esc ilə təmizlə.
